ºÝºÝߣ

ºÝºÝߣShare a Scribd company logo
INKONDLO
Isakhiwo sangaphakathi
IMIPHUMELA YESIFUNDO:
• Ngemva kwesifundo abafundi kumele bakwazi ukuxoxa ngezindlela ezihlukene
zokuhumusha umbhalo.
• Bakwazi Ukubona baxazulule izinkinga, bakwazi nokwenza izinqumo besebenzisa
ukucabanga ngokuhlaziya nangobuchule.
• Bazokwazi Ukuxoxisana ngempumelelo besebenzisa izinto ezibukwayo, ukufanekisa
ngezimpawu kanye namanye amakhono olimi ezimweni ezahlukene
• Bazokwazi ukulalela futhi bahloniphe uma omunye umuntu ekhuluma noma ebeka
umbono wakhe.
• Ukusebenza ngokuzinikela nabanye njengamalungu eqembu;
Isakhiwo sangaphakathi
• Izifenqo
• Okushiwo yinkondlo
• Umoya wenkondlo
• Umqondo wenkondlo ( osobala no ojulile)
Izifenqo
• amagama noma imishwana esetshenziswa ngendlela engabeki izinto obala
(isib. isifaniso, isenzasamuntu, isingathekiso njalonjalo).
• Isifaniso – lana imbongi isuke ifanisa izinto ezinga fani (isib: uNoncedo
uvuka ekuseni njenge nkukhu.)
• Isingathekiso – lana usuke ekhuluma ngokufanekisa izinto ezingafani ubiza
into ngenye (Isib. USinenhlanhla akamuhle yilanga liphuma)
• Umoya wenkondlo
• isimo somoya enkondlweni, ukhombisa imizwa noma isimo senqondo
yembongi, kuphinda kusho nesimo esivezwa imbongi, isimo akuso. Imbongi
ingakhuthaza, igxeke noma ikhulume ngothando.
• Umqondo osobalo
• Yilokho okushiwo yinkondlo uma uyifunda.
Umqondo ojulile
• Lana kudingeka ukuthi umfundi ajule abheke okunye okunga shiwo
yinkondlo, okunga bonwa yiwo wonke umuntu. Uma kubhekwa umqondo
ojulile kudingeka ukuthi umfundi ayifunde noma kathathu inkondlo futhi
achaze amagama aqala ukuwabona.

More Related Content

Inkondlo

  • 2. IMIPHUMELA YESIFUNDO: • Ngemva kwesifundo abafundi kumele bakwazi ukuxoxa ngezindlela ezihlukene zokuhumusha umbhalo. • Bakwazi Ukubona baxazulule izinkinga, bakwazi nokwenza izinqumo besebenzisa ukucabanga ngokuhlaziya nangobuchule. • Bazokwazi Ukuxoxisana ngempumelelo besebenzisa izinto ezibukwayo, ukufanekisa ngezimpawu kanye namanye amakhono olimi ezimweni ezahlukene • Bazokwazi ukulalela futhi bahloniphe uma omunye umuntu ekhuluma noma ebeka umbono wakhe. • Ukusebenza ngokuzinikela nabanye njengamalungu eqembu;
  • 3. Isakhiwo sangaphakathi • Izifenqo • Okushiwo yinkondlo • Umoya wenkondlo • Umqondo wenkondlo ( osobala no ojulile)
  • 4. Izifenqo • amagama noma imishwana esetshenziswa ngendlela engabeki izinto obala (isib. isifaniso, isenzasamuntu, isingathekiso njalonjalo). • Isifaniso – lana imbongi isuke ifanisa izinto ezinga fani (isib: uNoncedo uvuka ekuseni njenge nkukhu.) • Isingathekiso – lana usuke ekhuluma ngokufanekisa izinto ezingafani ubiza into ngenye (Isib. USinenhlanhla akamuhle yilanga liphuma)
  • 5. • Umoya wenkondlo • isimo somoya enkondlweni, ukhombisa imizwa noma isimo senqondo yembongi, kuphinda kusho nesimo esivezwa imbongi, isimo akuso. Imbongi ingakhuthaza, igxeke noma ikhulume ngothando. • Umqondo osobalo • Yilokho okushiwo yinkondlo uma uyifunda.
  • 6. Umqondo ojulile • Lana kudingeka ukuthi umfundi ajule abheke okunye okunga shiwo yinkondlo, okunga bonwa yiwo wonke umuntu. Uma kubhekwa umqondo ojulile kudingeka ukuthi umfundi ayifunde noma kathathu inkondlo futhi achaze amagama aqala ukuwabona.