際際滷
Submit Search
IsiZulu
1 like
455 views
Cebolenkosi Sibusiso Shabalala
Follow
Ubuciko bomlomo
Read less
Read more
1 of 15
Download now
Download to read offline
More Related Content
IsiZulu
1.
UBUCIKO BOMLOMO ZULU FOLKLORE SP
KHUMALO
2.
BUYINI UBUCIKO BOMLOMO?
3.
UBUCIKO BOMLOMO Buyinhlanganisela
yemisebenzi esungulwa ngabantu ngobuciko/ngekhono ngaphandle kokuthi babhale phansi Ubuciko bomlomo wuhlobo lobuciko olwedluliswa ngokukhuluma kuphela
4.
UKUTHUTHUKA BOKUCIKO BOMLOMO Namuhla
ubuciko bomlomo sesivamise ukubuthola bubhalwe phansi ezincwadini ezishicilelwe. Nakuba sebubhaliwe phansi busabizwa ngabo ubuciko bomlomo ngenxa yemvelaphi yabo Ngenhla yokuthuthuka kwezobuchwepheshe ubuciko bomlomo buphinde butholakale ngegagasi lomoya (umsakazo) kanye nakomabonakude
5.
BENZEKA PHANSI KWAZIPHI IZIMO?
6.
UKUGCAGCA/UKWENDA: UKUGIYA UKUHLABELELA
IZIHASHO
7.
IMIDLALO UKUBONGELA IZINKUNZI
UKUKHUZELA UKUBONGA INDABA
8.
AMASIKO AQONDENE NEMINDENI: UMEMULO
IZILANDELO UKUHLABELELA UKUTHETHA IDLOZI/UKUPHAHLA UKULOLOZELA INGANE
9.
IMIKHOSI YESIZWE: UMHLANGA
AMAHUBO INDLAMU
10.
IYINI IMISEBENZI YOBUCIKO BOMLOMO
UKUZIJABULISA UKUXHUMANISA IMINDENI NOKUKHULUMA NABALELE UKUFUNDISA NOKUYALA UKWAKHA UBUMBANO
11.
YIZIPHI IZINHLOBO ZOBUCIKO BOMLOMO OZAZIYO?
12.
IPHROZI EWUBUCIKO a)
Izaga b) Izisho c) Iziphicaphicwano
13.
IZINKONDLO ZOMLOMO a)
Imilozi b) Ukuhlabelela c) Izilandelo d) Imilolozelo e) Izikhuzelo
14.
IYINI IMISEBENZI YOBUCIKO BOMLOMO
f) Izigiyo g) Izihasho h) Izithakazelo i) Izingoma/Amahubo j) Iziqubulo k) Izibongo zamakhosi
15.
IZINGANEKWANE Izinganeko (myths)
Imizekeliso (legends) Izinganekwane (folktales): a) Izinganekwane phaqa (common folktales) b) Izinganekwane zezilwane (animal tales) c) Izinganekwane eziphicanayo
Download