際際滷

際際滷Share a Scribd company logo
IZINDLELA ZESENZO
Umehluko phakathi kwezinkathi
zesenzo nezindlela zesenzo
 Uma kukhulunywa ngezinkathi zezenzo
kuqondwe ukuthi izinto ezenzekayo zenzeka nini.
Izibonelo:
Inkathi yamanje  Umama uthenga
ingubo kanokusho.
Inkathi edlule  Umama wathenga ingubo
kanokusho.
Inkathi ezayo  Umama uzothenga/uyothenga
ingubo kanokusho.
 Uma kukhulunywa ngezindlela zezenzo
kuqondwe ukuthi
Izindlela zesenzo
 Indlela esabizo (The infinitive mood)
 Indlela ephoqayo noma yokuyalela
(Imperative mood)
 Indlela yamandla (Potential mood)
 Indlela eqondisayo (Indicative mood)
 Indlela eyamile noma encikile (Subjunctive
mood)
 Indlela yesimo (Situative mood)
Izenzo ezingazisebenzisi
izivumelwano zenhloko
 Izenzo ezisabizo
Izibonelo: Kuhle ukuhamba kusakhanya.
Akumnandi neze ukufunda
usumdala.
 Izenzo eziphoqayo
Izibonelo: Sukuma leli vila!
Dlana lokhu kudla ukuqede!
Qaphela
 Izenzo eziphoqayo ziyasetshenziswa
nezivumelwano zikamenziwa. Izibonelo:
Ibambe inja ingangilumi.
Ziwashisise lezo zingubo.
Siphekisise leso sitambu.
Isule kahle nangaphakathi imoto.
 Kanjalo nezenzo ezisabizo ziyasetshenziswa
nezivumelwano zikamenziwa. Izibonelo:
- Ubaba uyathanda ukulijimisa ihhashi uma
esuthi.
- Ngifisa ukusifundisa isiZulu lapho
sengingumfundisi/nguthisha.
- Uhulumeni wethu angakwazi ukubafundisa
mahhala bonke abafundi basemaNyuvesi.
- UThemba akathandi ukuzikamisisa
izinwele.
Izenzo ezisebenzisa izivumelwano
zenhloko
 Indlela yamandla
Isibonelo: Mina ngingayiqeda inkukhu
ngingedwa.
 Indlela eqondisayo
Isibonelo: Izinsizwa zishela izintombi.
 Indlela eyamile noma encikile
Isibonelo: Ngifuna ukuba sisheshe silale
namuhla.
Indlela esabizo (The infinitive mood)
Iziqu zezenzo:
hamba
dlala
khuluma
geza
washa
bhala
bheka
Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo
esivumayo?
Isiqalo samabizo esigaba 15 + isiqu sesenzo = isenzo
esisabizo
ukuhamba
ukudlala
ukukhuluma
ukugeza
ukuwasha
ukubhala
ukubheka
azi
eba
Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo
esivumayo ezenzweni eziqala
ngonkamisa?
Sakhiwa ngokuqalisa ngo uku esiqwini sesenzo. -
- Uma isiqu siqala ngonkamisa a- noma e-
kusetshenziswa ukw-.
azi: uku-azi = ukwazi
eba: uku-eba = ukweba
- Uma isiqu siqala ngonkamisa o-
kusetshenziswa uk-
ondla: uku-ondla = ukondla
Umsebenzi 1
Zakhele imisho ngezenzo ezisabizo ezilandelayo:
ukuhamba
ukudlala
ukukhuluma
ukugeza
ukuwasha
ukubhala
ukubheka
Umsebenzi 2
Zakhele imisho eli-10 usebenzisa izenzo
ezisabizo ezivumayo.
Umsebenzi 3
Zakhele indatshana eyisigaba esisodwa
usebenzisa izenzo ezisabizo ezivumayo.
Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo
esiphikayo?
Isiqalo samabizo esigaba 15 + isakhi sokuphika nga +
umsuka + isakhi sokuphika -i = isenzo esisabizo
 ukuhamba
uku+nga+hamb+i
 ukudlala
uku+nga+dlal+i
 ukukhuluma
uku+nga+khulum+i
 ukuwasha
uku+nga+wash+i
Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo
esiphikayo ezenzweni eziqala
ngonkamisa?
Isiqalo samabizo esigaba 15 + isakhi sokuphika nga
+ umsuka + isakhi sokuphika -i = isenzo esisabizo
 azi
uku+ng(a)+az+i = ukungazi
 eba
uku+ng(a)+eb+i = ukungebi
 ondla
uku+ng(a)+ondl+i = ukungondli
Umsebenzi 4
Nikeza izenzo eziphikayo eziqala ngonkamisa
zibeli-10
akha ifa
aba ima
elapha iza
eba osa
elapha onga
engeza ithi
Umsebenzi 5
 Ziguqule izenzo eziqala ngonkamisa
zikhombise ukuphika
Umsebenzi 6
 Yakha imisho elishumi ngezenzo eziphikayo
eziqala ngonkamisa
Indlela ephoqayo noma yokuyalela
(Imperative mood)
Izinhloso zalesi sifundo. Kumele nikwazi -
 Ukutomula izenzo ezisendleleni ephoqayo
(ezivumayo) kunoma yimuphi umbhalo.
 Ukutomula izenzo ezisendleleni ephoqayo
(eziphikayo) kunoma yimuphi umbhalo.
 Ukuzakhela imisho ngezenzo ezisendleleni
ephoqayo (ezivumayo).
 Ukuzakhela imisho ngezenzo ezisendleleni
ephoqayo (eziphikayo).
Izenzo eziphoqayo azinazo
izivumelwano zikamenzi
Izibonelo:
 Khuluma kakhulu!
 Finya!
 Bhala usheshe!
 Gijima!
 Shanela!
 Geza entanyeni!
Izenzo eziphoqayo zinazo
izivumelwano zikamenziwa
Izibonelo:
- Ibambe inja ingangilumi!
- Ziwashisise lezo zingubo!
- Siphekisise leso sitambu!
- Isule nangaphakathi imoto!
- Baphakeleni ukudla abantwana!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili
ezibhekiswe kumuntu oyedwa
Izibonelo:
 Funda!
 Bhala!
 Geza!
 Dlala!
 Hamba!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili
ezibhekiswe kubantu abaningi
Izibonelo:
 Fundani!
 Bhalani!
 Gezani!
 Dlalani!
 Hambani!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu
ezibhekiswe kumuntu oyedwa
Izibonelo:
 Gijima!
 Khuluma!
 Goqoza!
 Khahlela!
 Khokhoba!
 Khalisa!
 Khumula!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu
ezibhekiswe kubantu abaningi
Izibonelo:
 Gijimani!
 Khulumani!
 Goqozani!
 Khahlelani!
 Khokhobani!
 Khalisani!
 Khumulani!
Izenzo eziphoqayo eziqala
ngonkamisa ezibhekiswe kumuntu
oyedwa
Izibonelo:
 Azi!
 Ala!
 Akha!
 Imba!
 Ima!
 Idla!
 Izwa!
Izenzo eziphoqayo eziqala
ngonkamisa ezibhekiswe kubantu
abaningi
Izibonelo:
 Azini!
 Alani!
 Akhani!
 Imbani!
 Imani!
 Idlani!
 Izwani!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili
(eziphikayo) ezibhekiswe kumuntu
oyedwa
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Funda! Ungafundi!
 Bhala! Ungabhali!
 Geza! Ungagezi!
 Dlala! Ungadlali!
 Hamba! Ungahambi!
Enye indlela
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Funda! Musa ukufunda!
 Bhala! Musa ukubhala!
 Geza! Musa ukugeza!
 Dlala! Musa ukudlala!
 Hamba! Musa ukuhamba!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili
(eziphikayo) ezibhekiswe kubantu
abaningi
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Fundani! Ningafundi!
 Bhalani! Ningabhali!
 Gezani! Ningagezi!
 Dlalani! Ningadlali!
 Hambani! Ningahambi!
Enye indlela
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Fundani! Musani ukufunda!
 Bhalani! Musani ukubhala!
 Gezani! Musani ukugeza!
 Dlalani! Musani ukudlala!
 Hambani! Musani ukuhamba!
Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu
(eziphikayo) ezibhekiswe kumuntu
oyedwa
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Gijimani! Ningagijimi!
 Khulumani! Ningakhulumi!
 Goqozani! Ningagoqozi!
 Khahlelani! Ningakhahleli!
 Khokhobani! Ningakhokhobi!
 Khalisani! Ningakhalisi!
 Khumulani! Ningakhulumi!
Enye indlela
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Gijimani! Musani ukugijima!
 Khulumani! Musani ukukhuluma!
 Goqozani! Musani ukugoqoza!
 Khahlelani! Musani ukukhahlela!
 Khokhobani! Musani ukukhokhoba!
 Khalisani! Musani ukukhalisa!
 Khumulani! Musani ukukhuluma!
Izenzo eziphoqayo eziqala
ngonkamisa (eziphikayo) ezibhekiswe
kumuntu oyedwa
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Azi! Ungazi!
 Ala! Ungali!
 Akha! Ungakhi!
 Imba! Ungambi!
 Ima! Ungami!
 Idla! Ungadli!
 Izwa! Ungezwa (unga+izwa)
Enye indlela
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Azi! Musa ukwazi!
 Ala! Musa ukwala!
 Akha! Musa ukwakha!
 Imba! Musa ukumba!
 Ima! Musa ukuma!
 Idla! Musa ukudla!
 Izwa! Musa ukuzwa!
Izenzo eziphoqayo eziqala
ngonkamisa (eziphikayo) ezibhekiswe
kubantu abaningi
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Azini! Ningazi!
 Alani! Ningali!
 Akhani! Ningakhi!
 Imbani! Ningambi!
 Imani! Ningami!
 Idlani! Ningadli!
 Izwani! Ningezwa! (ninga+izwa)
Enye indlela
Izibonelo:
Ukuvuma Ukuphika
 Azini! Musani ukwazi!
 Alani! Musani ukwala!
 Akhani! Musani ukwakha!
 Imbani! Musani ukumba!
 Imani! Musani ukuma!
 Idlani! Musani ukudla!
 Izwani! Musani ukuzwa!
Umsebenzi 1
Tomula isenzo esisendleleni ephoqayo:
 Ubani igama lakho?
 NginguZama wakwaXulu.
 Letha incwadi yakho, Zama!
 Yebo, Thisha.
 Bhala igama lakho nekheli kuleli phepha!
 Cha, musa ukubhala ngempensela, bhala
ngepeni!
 Ngiyaxolisa Thisha, angiliphethe ipeni.
 Hamba ulilande!
 Ziletheni zonke izincwadi zenu zokubhalela,
bafundi. Ngifuna ukuzihlola.
 Libuyise ipeni lami oliboleke izolo, Thembi!
 Musa ukuhlanya, wena, ngilibuyisile ipeni lakho!
 Ungakhulumi amanga, awulibuyisanga!
 Musani ukuxabana nina lapho! Yiza lapha Zama
ngikunike elami ipeni!
 Ngiyabonga, Thisha.
Umsebenzi 2
Yakha isenzo esiphoqayo ngesenzo ngasinye:
 akha ifa
 aba ima
 elapha iza
 eba osa
 elapha onga
 engeza ithi
Umsebenzi 3
Isenzo esiphoqayo ngasinye sisebenzise
emshweni ozakhele wona.
Umsebenzi 4
Yakha isenzo esiphoqayo esiphikayo ngesenzo
ngasinye:
 akha ifa
 aba ima
 elapha iza
 eba osa
 elapha onga
 engeza ithi
Umsebenzi 5
Isenzo esiphoqayo ngasinye sisebenzise
emshweni ozakhele wona.
Indlela eqondisayo (Indicative mood)
Indlela eqondisayo ihlukene kabili:
 Indlela eqondisayo ezimelayo
 Indlela eqondisayo yesimo
Indlela eqondisayo (ezimelayo)
Inkathi yamanje (ukuvuma)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana uhamba
1a Ugogo uhamba
2 Abafana bahamba
2a Ogogo bahamba
3 Umuzi uhamba
4 Imizi ihamba
5 Ilifu lihamba
6 Amafu ahamba
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo sihamba
8 Izilo zihamba
9 Inkomo ihamba
10 Izinkomo zihamba
11 Uhlanya luhamba
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama buhamba
15 Ukufa kuhamba
Enye indlela esebenzisa isakhi ya
Inkathi yamanje (ukuvuma)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana uyahamba
1a Ugogo uyahamba
2 Abafana bayahamba
2a Ogogo bayahamba
3 Umuzi uyahamba
4 Imizi iyahamba
5 Ilifu liyahamba
6 Amafu ayahamba
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo siyahamba
8 Izilo ziyahamba
9 Inkomo iyahamba
10 Izinkomo ziyahamba
11 Uhlanya luyahamba
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama buyahamba
15 Ukufa kuyahamba
Inkathi yamanje (ukuphika)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana akahambi
1a Ugogo akahambi
2 Abafana abahambi
2a Ogogo abahambi
3 Umuzi awuhambi
4 Imizi ayihambi
5 Ilifu alihambi
6 Amafu awahambi
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo asihambi
8 Izilo azihambi
9 Inkomo ayihambi
10 Izinkomo azihambi
11 Uhlanya aluhambi
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama abuhambi
15 Ukufa akuhambi
Inkathi ezayo (ukuvuma)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana uzohamba
1a Ugogo uzohamba
2 Abafana bazohamba
2a Ogogo bazohamba
3 Umuzi uzohamba
4 Imizi izohamba
5 Ilifu lizohamba
6 Amafu azohamba
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo sizohamba
8 Izilo zizohamba
9 Inkomo izohamba
10 Izinkomo zizohamba
11 Uhlanya luzohamba
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama buzohamba
15 Ukufa kuzohamba
Inkathi ezayo (ukuphika)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana akazuhamba
1a Ugogo akazuhamba
2 Abafana abazuhamba
2a Ogogo abazuhamba
3 Umuzi awuzuhamba
4 Imizi ayizuhamba
5 Ilifu alizuhamba
6 Amafu awazuhamba
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo asizuhamba
8 Izilo azizuhamba
9 Inkomo ayizuhamba
10 Izinkomo azizuhamba
11 Uhlanya aluzuhamba
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama abuzuhamba
15 Ukufa akuzuhamba
Inkathi edlule (ukuvuma)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana wahamba
1a Ugogo wahamba
2 Abafana bahamba
2a Ogogo bahamba
3 Umuzi wahamba
4 Imizi yahamba
5 Ilifu lahamba
6 Amafu ahamba
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo sahamba
8 Izilo zahamba
9 Inkomo yahamba
10 Izinkomo zahamba
11 Uhlanya lwahamba
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama bahamba
15 Ukufa kwahamba
Inkathi edlule (ukuphika)
Isigaba Ibizo Isenzo
1 Umfana akahambanga
1a Ugogo akahambanga
2 Abafana abahambanga
2a Ogogo abahambanga
3 Umuzi awuhambanga
4 Imizi ayihambanga
5 Ilifu alihambanga
6 Amafu awahambanga
Isigaba Ibizo Isenzo
7 Isilo asihambanga
8 Izilo azihambanga
9 Inkomo ayihambanga
10 Izinkomo azihambanga
11 Uhlanya aluhambanga
12 ________ _________
13 ________ _________
Isigaba Ibizo Isenzo
14 Ubumnyama abuhambanga
15 Ukufa akuhambanga
Indlela eqondisayo yesimo
Inkathi yamanje (ukuvuma)
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
1 Umfana udla edla
1a Ugogo udla edla
2 Abafana badla bedla
2a Ogogo badla bedla
3 Umdlwane udla udla
4 Imidlwane idla idla
5 Ilima lidla lidla
6 Amalima adla edla
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
7 Isilo sidla sidla
8 Izilo zidla zidla
9 Inkomo idla idla
10 Izinkomo zidla zidla
11 Uhlanya ludla ludla
12 _______ _______ _______
13 _______ _______ _______
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
14 Ubumnyama budla budla
15 Ukufa kudla kudla
Imisho
 Umfana udla inyama. (ezimelayo)
 Umfana uhamba edla amasi. (yesimo)
 Abafana badla inyama. (ezimelayo)
 Abafana bahamba bedla inyama. (yesimo)
 Indoda iqonywa yonke indawo.
 Indoda ihamba iqonywa yonke indawo. (yesimo)
 Amadoda ahamba eqonywa yonke indawo. (yesimo)
 Le ngane ihamba icela imali. (yesimo)
 Lezi zingane zihlala zicela imali. (yesimo)
 Umama usebenza egula. (yesimo)
 Abantwana besikole badla ukudla kwabo uma
belambile. (yesimo)
 Abantwana bakhula kahle uma belala.
(yesimo)
 Amadoda asebenza ecula. (yesimo)
Inkathi yamanje (ukuphika)
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
1 Umfana akadli engadli
1a Ugogo akadli engadli
2 Abafana abadli bengadli
2a Ogogo bangadli bengadli
3 Umdlwane ungadli ungadli
4 Imidlwane ingadli ingadli
5 Ilima lingadli lingadli
6 Amalima angadli engadli
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
7 Isilo singadli singadli
8 Izilo zingadli zingadli
9 Inkomo ingadli ingadli
10 Izinkomo zingadli zingadli
11 Uhlanya lungadli lungadli
12 _______ _______ _______
13 _______ _______ _______
Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo
14 Ubumnyama bungadli bungadli
15 Ukufa kungadli kungadli
Imisho
 Umfana akadli nanamuhla.
 Nimfunze umfana uma engadli nanamuhla.
 Uhlanya luthukuthele namhlanje.
 Ungasondeli kulo (uhlanya) uma luthukuthele.
Indlela eyamile (Subjunctive Mood)
Inkathi Yamanje (Ukuvuma)
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
1 Umfana adlale
1a Ugogo adlale
2 Abafana badlale
2a Ogogo badlale
3 Umdlwane udlale
4 Imidlwane idlale
5 Ilitshe lidlale
6 Amatshe adlale
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
7 Isihlahla sidlale
8 Izihlahla zidlale
9 Inkomo idlale
10 Izinkomo zidlale
11 Uphondo ludlale
12 ------------ ---------
13 ------------ ---------
14 Ubuso budlale
15 Ukufa kudlale
Esikuphawulayo
 Le ndlela igcina ngonkamisa e enkathini
yamanje
Ukuphika
Inkathi Yamanje
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
1 Umfana angadlali
1a Ugogo angadlali
2 Abafana bangadlali
2a Ogogo bangadlali
3 Umdlwane ungadlali
4 Imidlwane ingadlali
5 Ilitshe lingadlali
6 Amatshe angadlali
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
7 Isihlahla singadlali
8 Izihlahla zingadlali
9 Inkomo ingadlali
10 Izinkomo zingadlali
11 Uphondo lungadlali
12 ------------ ---------
13 ------------ ---------
14 Ubuso bungadlale
15 Ukufa kungadlale
Okuphawulekayo
 Unkamisa osekugcineni u-e uphenduka abe
ngu -i
 Kusetshenziswa isakhi sokulandula u -nga
 Isakhi sokulandula silandela isivumelwano
senhloko.
Inkathi Edlule (Ukuvuma)
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
1 Umfana wadlala
1a Ugogo wadlala
2 Abafana badlala
2a Ogogo badlala
3 Umdlwane wadlala
4 Imidlwane yadlala
5 Ilitshe ladlala
6 Amatshe adlala
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
7 Isihlahla sadlala
8 Izihlahla zadlala
9 Inkomo yadlala
10 Izinkomo zadlala
11 Uphondo lwadlala
12 ------------ ---------
13 ------------ ---------
14 Ubuso badlala
15 Ukufa kwadlala
Ukulandula
Indlela yokuqala:
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
1 Umfana akadlala
1a Ugogo akadlala
2 Abafana abadlala
2a Ogogo abadlala
3 Umdlwane awadlala
4 Imidlwane ayadlala
5 Ilitshe aladlala
6 Amatshe awadlala
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
7 Isihlahla asadlala
8 Izihlahla azadlala
9 Inkomo ayadlala
10 Izinkomo azadlala
11 Uphondo alwadlala
12 ------------ ---------
13 ------------ ---------
14 Ubuso abadlala
15 Ukufa akwadlala
Indlela yesibili:
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
1 Umfana wangadlala
1a Ugogo wangadlala
2 Abafana bangadlala
2a Ogogo bangadlala
3 Umdlwane wangadlala
4 Imidlwane yangadlala
5 Ilitshe langadlala
6 Amatshe angadlala
Izindlela okusetshenziswa ngazo
indlela eyamile
Ilandela izihlanganiso ezithile:
 Sicabanga ukuba siye eKapa ngonyaka ozayo.
 Bafuna ukuba bawalime wonke amasimu
akubo.
 Qhelisa umntwana ukuze angashi.
 Sizogeza qede sidlale.
 Ungamthethisi hleze akhale.
 Likhuleke lelo hhashi funa libaleke.
Isigaba Ibizo Indlela eyamile
7 Isihlahla sangadlala
8 Izihlahla zangadlala
9 Inkomo yangadlala
10 Izinkomo zangadlala
11 Uphondo lwangadlala
12 ------------ ---------
13 ------------ ---------
14 Ubuso bangadlala
15 Ukufa kwangadlala
Siyayisebenzisa lapho sibuza imibuzo:
 Sihambe na?
 Abantwana balale yini manje?
 Sihlale phansi na?
 Bawumbe yini abafana umgodi?
 Sibushise yini utshani?
 Siyihlabe yini imbuzi?
Lapho sikhuluma ngezinto esizenza njalo:
 Ekuseni ngivuka ngigeze, ngigqoke, ngidle,
ngithathe izincwadi zami ngiye esikoleni.
 Kusihlwa ngithi ngingadla ngithathe izincwadi
ngifunde.
 Emalokishini abantu baphila ngokuthenga:
bathenga ukudla bathenge izinkuni, bathenge
amalahle, bathenge okokwembatha,
bathenge yonke into.
Siyayisebenzisa nezingasenzo ezithile:
 Lo mntwana umane athule nje lapho ebizwa.
 Ubofike ubase umlilo weThoko.
 Laba bantwana basimze bahleke lapho
bethethiswa.
 Liyavalelwa leli thole lidlule lifohle.

More Related Content

Izindlelazesenzo2 170828135830

  • 2. Umehluko phakathi kwezinkathi zesenzo nezindlela zesenzo Uma kukhulunywa ngezinkathi zezenzo kuqondwe ukuthi izinto ezenzekayo zenzeka nini. Izibonelo: Inkathi yamanje Umama uthenga ingubo kanokusho. Inkathi edlule Umama wathenga ingubo kanokusho. Inkathi ezayo Umama uzothenga/uyothenga ingubo kanokusho.
  • 3. Uma kukhulunywa ngezindlela zezenzo kuqondwe ukuthi
  • 4. Izindlela zesenzo Indlela esabizo (The infinitive mood) Indlela ephoqayo noma yokuyalela (Imperative mood) Indlela yamandla (Potential mood) Indlela eqondisayo (Indicative mood) Indlela eyamile noma encikile (Subjunctive mood) Indlela yesimo (Situative mood)
  • 5. Izenzo ezingazisebenzisi izivumelwano zenhloko Izenzo ezisabizo Izibonelo: Kuhle ukuhamba kusakhanya. Akumnandi neze ukufunda usumdala. Izenzo eziphoqayo Izibonelo: Sukuma leli vila! Dlana lokhu kudla ukuqede!
  • 6. Qaphela Izenzo eziphoqayo ziyasetshenziswa nezivumelwano zikamenziwa. Izibonelo: Ibambe inja ingangilumi. Ziwashisise lezo zingubo. Siphekisise leso sitambu. Isule kahle nangaphakathi imoto. Kanjalo nezenzo ezisabizo ziyasetshenziswa nezivumelwano zikamenziwa. Izibonelo:
  • 7. - Ubaba uyathanda ukulijimisa ihhashi uma esuthi. - Ngifisa ukusifundisa isiZulu lapho sengingumfundisi/nguthisha. - Uhulumeni wethu angakwazi ukubafundisa mahhala bonke abafundi basemaNyuvesi. - UThemba akathandi ukuzikamisisa izinwele.
  • 8. Izenzo ezisebenzisa izivumelwano zenhloko Indlela yamandla Isibonelo: Mina ngingayiqeda inkukhu ngingedwa. Indlela eqondisayo Isibonelo: Izinsizwa zishela izintombi. Indlela eyamile noma encikile Isibonelo: Ngifuna ukuba sisheshe silale namuhla.
  • 9. Indlela esabizo (The infinitive mood) Iziqu zezenzo: hamba dlala khuluma geza washa bhala bheka
  • 10. Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo esivumayo? Isiqalo samabizo esigaba 15 + isiqu sesenzo = isenzo esisabizo ukuhamba ukudlala ukukhuluma ukugeza ukuwasha ukubhala ukubheka
  • 12. Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo esivumayo ezenzweni eziqala ngonkamisa? Sakhiwa ngokuqalisa ngo uku esiqwini sesenzo. - - Uma isiqu siqala ngonkamisa a- noma e- kusetshenziswa ukw-. azi: uku-azi = ukwazi eba: uku-eba = ukweba - Uma isiqu siqala ngonkamisa o- kusetshenziswa uk- ondla: uku-ondla = ukondla
  • 13. Umsebenzi 1 Zakhele imisho ngezenzo ezisabizo ezilandelayo: ukuhamba ukudlala ukukhuluma ukugeza ukuwasha ukubhala ukubheka
  • 14. Umsebenzi 2 Zakhele imisho eli-10 usebenzisa izenzo ezisabizo ezivumayo.
  • 15. Umsebenzi 3 Zakhele indatshana eyisigaba esisodwa usebenzisa izenzo ezisabizo ezivumayo.
  • 16. Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo esiphikayo? Isiqalo samabizo esigaba 15 + isakhi sokuphika nga + umsuka + isakhi sokuphika -i = isenzo esisabizo ukuhamba uku+nga+hamb+i ukudlala uku+nga+dlal+i ukukhuluma uku+nga+khulum+i ukuwasha uku+nga+wash+i
  • 17. Sakhiwa kanjani isenzo esisabizo esiphikayo ezenzweni eziqala ngonkamisa? Isiqalo samabizo esigaba 15 + isakhi sokuphika nga + umsuka + isakhi sokuphika -i = isenzo esisabizo azi uku+ng(a)+az+i = ukungazi eba uku+ng(a)+eb+i = ukungebi ondla uku+ng(a)+ondl+i = ukungondli
  • 18. Umsebenzi 4 Nikeza izenzo eziphikayo eziqala ngonkamisa zibeli-10 akha ifa aba ima elapha iza eba osa elapha onga engeza ithi
  • 19. Umsebenzi 5 Ziguqule izenzo eziqala ngonkamisa zikhombise ukuphika
  • 20. Umsebenzi 6 Yakha imisho elishumi ngezenzo eziphikayo eziqala ngonkamisa
  • 21. Indlela ephoqayo noma yokuyalela (Imperative mood) Izinhloso zalesi sifundo. Kumele nikwazi - Ukutomula izenzo ezisendleleni ephoqayo (ezivumayo) kunoma yimuphi umbhalo. Ukutomula izenzo ezisendleleni ephoqayo (eziphikayo) kunoma yimuphi umbhalo. Ukuzakhela imisho ngezenzo ezisendleleni ephoqayo (ezivumayo). Ukuzakhela imisho ngezenzo ezisendleleni ephoqayo (eziphikayo).
  • 22. Izenzo eziphoqayo azinazo izivumelwano zikamenzi Izibonelo: Khuluma kakhulu! Finya! Bhala usheshe! Gijima! Shanela! Geza entanyeni!
  • 23. Izenzo eziphoqayo zinazo izivumelwano zikamenziwa Izibonelo: - Ibambe inja ingangilumi! - Ziwashisise lezo zingubo! - Siphekisise leso sitambu! - Isule nangaphakathi imoto! - Baphakeleni ukudla abantwana!
  • 24. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Funda! Bhala! Geza! Dlala! Hamba!
  • 25. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili ezibhekiswe kubantu abaningi Izibonelo: Fundani! Bhalani! Gezani! Dlalani! Hambani!
  • 26. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Gijima! Khuluma! Goqoza! Khahlela! Khokhoba! Khalisa! Khumula!
  • 27. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu ezibhekiswe kubantu abaningi Izibonelo: Gijimani! Khulumani! Goqozani! Khahlelani! Khokhobani! Khalisani! Khumulani!
  • 28. Izenzo eziphoqayo eziqala ngonkamisa ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Azi! Ala! Akha! Imba! Ima! Idla! Izwa!
  • 29. Izenzo eziphoqayo eziqala ngonkamisa ezibhekiswe kubantu abaningi Izibonelo: Azini! Alani! Akhani! Imbani! Imani! Idlani! Izwani!
  • 30. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili (eziphikayo) ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Funda! Ungafundi! Bhala! Ungabhali! Geza! Ungagezi! Dlala! Ungadlali! Hamba! Ungahambi!
  • 31. Enye indlela Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Funda! Musa ukufunda! Bhala! Musa ukubhala! Geza! Musa ukugeza! Dlala! Musa ukudlala! Hamba! Musa ukuhamba!
  • 32. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvumbili (eziphikayo) ezibhekiswe kubantu abaningi Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Fundani! Ningafundi! Bhalani! Ningabhali! Gezani! Ningagezi! Dlalani! Ningadlali! Hambani! Ningahambi!
  • 33. Enye indlela Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Fundani! Musani ukufunda! Bhalani! Musani ukubhala! Gezani! Musani ukugeza! Dlalani! Musani ukudlala! Hambani! Musani ukuhamba!
  • 34. Izenzo eziphoqayo ezinhlamvuntathu (eziphikayo) ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Gijimani! Ningagijimi! Khulumani! Ningakhulumi! Goqozani! Ningagoqozi! Khahlelani! Ningakhahleli! Khokhobani! Ningakhokhobi! Khalisani! Ningakhalisi! Khumulani! Ningakhulumi!
  • 35. Enye indlela Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Gijimani! Musani ukugijima! Khulumani! Musani ukukhuluma! Goqozani! Musani ukugoqoza! Khahlelani! Musani ukukhahlela! Khokhobani! Musani ukukhokhoba! Khalisani! Musani ukukhalisa! Khumulani! Musani ukukhuluma!
  • 36. Izenzo eziphoqayo eziqala ngonkamisa (eziphikayo) ezibhekiswe kumuntu oyedwa Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Azi! Ungazi! Ala! Ungali! Akha! Ungakhi! Imba! Ungambi! Ima! Ungami! Idla! Ungadli! Izwa! Ungezwa (unga+izwa)
  • 37. Enye indlela Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Azi! Musa ukwazi! Ala! Musa ukwala! Akha! Musa ukwakha! Imba! Musa ukumba! Ima! Musa ukuma! Idla! Musa ukudla! Izwa! Musa ukuzwa!
  • 38. Izenzo eziphoqayo eziqala ngonkamisa (eziphikayo) ezibhekiswe kubantu abaningi Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Azini! Ningazi! Alani! Ningali! Akhani! Ningakhi! Imbani! Ningambi! Imani! Ningami! Idlani! Ningadli! Izwani! Ningezwa! (ninga+izwa)
  • 39. Enye indlela Izibonelo: Ukuvuma Ukuphika Azini! Musani ukwazi! Alani! Musani ukwala! Akhani! Musani ukwakha! Imbani! Musani ukumba! Imani! Musani ukuma! Idlani! Musani ukudla! Izwani! Musani ukuzwa!
  • 40. Umsebenzi 1 Tomula isenzo esisendleleni ephoqayo: Ubani igama lakho? NginguZama wakwaXulu. Letha incwadi yakho, Zama! Yebo, Thisha. Bhala igama lakho nekheli kuleli phepha! Cha, musa ukubhala ngempensela, bhala ngepeni! Ngiyaxolisa Thisha, angiliphethe ipeni. Hamba ulilande!
  • 41. Ziletheni zonke izincwadi zenu zokubhalela, bafundi. Ngifuna ukuzihlola. Libuyise ipeni lami oliboleke izolo, Thembi! Musa ukuhlanya, wena, ngilibuyisile ipeni lakho! Ungakhulumi amanga, awulibuyisanga! Musani ukuxabana nina lapho! Yiza lapha Zama ngikunike elami ipeni! Ngiyabonga, Thisha.
  • 42. Umsebenzi 2 Yakha isenzo esiphoqayo ngesenzo ngasinye: akha ifa aba ima elapha iza eba osa elapha onga engeza ithi
  • 43. Umsebenzi 3 Isenzo esiphoqayo ngasinye sisebenzise emshweni ozakhele wona.
  • 44. Umsebenzi 4 Yakha isenzo esiphoqayo esiphikayo ngesenzo ngasinye: akha ifa aba ima elapha iza eba osa elapha onga engeza ithi
  • 45. Umsebenzi 5 Isenzo esiphoqayo ngasinye sisebenzise emshweni ozakhele wona.
  • 46. Indlela eqondisayo (Indicative mood) Indlela eqondisayo ihlukene kabili: Indlela eqondisayo ezimelayo Indlela eqondisayo yesimo
  • 47. Indlela eqondisayo (ezimelayo) Inkathi yamanje (ukuvuma) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana uhamba 1a Ugogo uhamba 2 Abafana bahamba 2a Ogogo bahamba 3 Umuzi uhamba 4 Imizi ihamba 5 Ilifu lihamba 6 Amafu ahamba
  • 48. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo sihamba 8 Izilo zihamba 9 Inkomo ihamba 10 Izinkomo zihamba 11 Uhlanya luhamba 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 49. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama buhamba 15 Ukufa kuhamba
  • 50. Enye indlela esebenzisa isakhi ya Inkathi yamanje (ukuvuma) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana uyahamba 1a Ugogo uyahamba 2 Abafana bayahamba 2a Ogogo bayahamba 3 Umuzi uyahamba 4 Imizi iyahamba 5 Ilifu liyahamba 6 Amafu ayahamba
  • 51. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo siyahamba 8 Izilo ziyahamba 9 Inkomo iyahamba 10 Izinkomo ziyahamba 11 Uhlanya luyahamba 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 52. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama buyahamba 15 Ukufa kuyahamba
  • 53. Inkathi yamanje (ukuphika) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana akahambi 1a Ugogo akahambi 2 Abafana abahambi 2a Ogogo abahambi 3 Umuzi awuhambi 4 Imizi ayihambi 5 Ilifu alihambi 6 Amafu awahambi
  • 54. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo asihambi 8 Izilo azihambi 9 Inkomo ayihambi 10 Izinkomo azihambi 11 Uhlanya aluhambi 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 55. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama abuhambi 15 Ukufa akuhambi
  • 56. Inkathi ezayo (ukuvuma) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana uzohamba 1a Ugogo uzohamba 2 Abafana bazohamba 2a Ogogo bazohamba 3 Umuzi uzohamba 4 Imizi izohamba 5 Ilifu lizohamba 6 Amafu azohamba
  • 57. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo sizohamba 8 Izilo zizohamba 9 Inkomo izohamba 10 Izinkomo zizohamba 11 Uhlanya luzohamba 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 58. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama buzohamba 15 Ukufa kuzohamba
  • 59. Inkathi ezayo (ukuphika) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana akazuhamba 1a Ugogo akazuhamba 2 Abafana abazuhamba 2a Ogogo abazuhamba 3 Umuzi awuzuhamba 4 Imizi ayizuhamba 5 Ilifu alizuhamba 6 Amafu awazuhamba
  • 60. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo asizuhamba 8 Izilo azizuhamba 9 Inkomo ayizuhamba 10 Izinkomo azizuhamba 11 Uhlanya aluzuhamba 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 61. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama abuzuhamba 15 Ukufa akuzuhamba
  • 62. Inkathi edlule (ukuvuma) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana wahamba 1a Ugogo wahamba 2 Abafana bahamba 2a Ogogo bahamba 3 Umuzi wahamba 4 Imizi yahamba 5 Ilifu lahamba 6 Amafu ahamba
  • 63. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo sahamba 8 Izilo zahamba 9 Inkomo yahamba 10 Izinkomo zahamba 11 Uhlanya lwahamba 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 64. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama bahamba 15 Ukufa kwahamba
  • 65. Inkathi edlule (ukuphika) Isigaba Ibizo Isenzo 1 Umfana akahambanga 1a Ugogo akahambanga 2 Abafana abahambanga 2a Ogogo abahambanga 3 Umuzi awuhambanga 4 Imizi ayihambanga 5 Ilifu alihambanga 6 Amafu awahambanga
  • 66. Isigaba Ibizo Isenzo 7 Isilo asihambanga 8 Izilo azihambanga 9 Inkomo ayihambanga 10 Izinkomo azihambanga 11 Uhlanya aluhambanga 12 ________ _________ 13 ________ _________
  • 67. Isigaba Ibizo Isenzo 14 Ubumnyama abuhambanga 15 Ukufa akuhambanga
  • 68. Indlela eqondisayo yesimo Inkathi yamanje (ukuvuma) Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 1 Umfana udla edla 1a Ugogo udla edla 2 Abafana badla bedla 2a Ogogo badla bedla 3 Umdlwane udla udla 4 Imidlwane idla idla 5 Ilima lidla lidla 6 Amalima adla edla
  • 69. Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 7 Isilo sidla sidla 8 Izilo zidla zidla 9 Inkomo idla idla 10 Izinkomo zidla zidla 11 Uhlanya ludla ludla 12 _______ _______ _______ 13 _______ _______ _______
  • 70. Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 14 Ubumnyama budla budla 15 Ukufa kudla kudla
  • 71. Imisho Umfana udla inyama. (ezimelayo) Umfana uhamba edla amasi. (yesimo) Abafana badla inyama. (ezimelayo) Abafana bahamba bedla inyama. (yesimo) Indoda iqonywa yonke indawo. Indoda ihamba iqonywa yonke indawo. (yesimo) Amadoda ahamba eqonywa yonke indawo. (yesimo) Le ngane ihamba icela imali. (yesimo) Lezi zingane zihlala zicela imali. (yesimo) Umama usebenza egula. (yesimo)
  • 72. Abantwana besikole badla ukudla kwabo uma belambile. (yesimo) Abantwana bakhula kahle uma belala. (yesimo) Amadoda asebenza ecula. (yesimo)
  • 73. Inkathi yamanje (ukuphika) Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 1 Umfana akadli engadli 1a Ugogo akadli engadli 2 Abafana abadli bengadli 2a Ogogo bangadli bengadli 3 Umdlwane ungadli ungadli 4 Imidlwane ingadli ingadli 5 Ilima lingadli lingadli 6 Amalima angadli engadli
  • 74. Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 7 Isilo singadli singadli 8 Izilo zingadli zingadli 9 Inkomo ingadli ingadli 10 Izinkomo zingadli zingadli 11 Uhlanya lungadli lungadli 12 _______ _______ _______ 13 _______ _______ _______
  • 75. Isigaba Ibizo ezimelayo yesimo 14 Ubumnyama bungadli bungadli 15 Ukufa kungadli kungadli
  • 76. Imisho Umfana akadli nanamuhla. Nimfunze umfana uma engadli nanamuhla. Uhlanya luthukuthele namhlanje. Ungasondeli kulo (uhlanya) uma luthukuthele.
  • 77. Indlela eyamile (Subjunctive Mood) Inkathi Yamanje (Ukuvuma) Isigaba Ibizo Indlela eyamile 1 Umfana adlale 1a Ugogo adlale 2 Abafana badlale 2a Ogogo badlale 3 Umdlwane udlale 4 Imidlwane idlale 5 Ilitshe lidlale 6 Amatshe adlale
  • 78. Isigaba Ibizo Indlela eyamile 7 Isihlahla sidlale 8 Izihlahla zidlale 9 Inkomo idlale 10 Izinkomo zidlale 11 Uphondo ludlale 12 ------------ --------- 13 ------------ --------- 14 Ubuso budlale 15 Ukufa kudlale
  • 79. Esikuphawulayo Le ndlela igcina ngonkamisa e enkathini yamanje
  • 80. Ukuphika Inkathi Yamanje Isigaba Ibizo Indlela eyamile 1 Umfana angadlali 1a Ugogo angadlali 2 Abafana bangadlali 2a Ogogo bangadlali 3 Umdlwane ungadlali 4 Imidlwane ingadlali 5 Ilitshe lingadlali 6 Amatshe angadlali
  • 81. Isigaba Ibizo Indlela eyamile 7 Isihlahla singadlali 8 Izihlahla zingadlali 9 Inkomo ingadlali 10 Izinkomo zingadlali 11 Uphondo lungadlali 12 ------------ --------- 13 ------------ --------- 14 Ubuso bungadlale 15 Ukufa kungadlale
  • 82. Okuphawulekayo Unkamisa osekugcineni u-e uphenduka abe ngu -i Kusetshenziswa isakhi sokulandula u -nga Isakhi sokulandula silandela isivumelwano senhloko.
  • 83. Inkathi Edlule (Ukuvuma) Isigaba Ibizo Indlela eyamile 1 Umfana wadlala 1a Ugogo wadlala 2 Abafana badlala 2a Ogogo badlala 3 Umdlwane wadlala 4 Imidlwane yadlala 5 Ilitshe ladlala 6 Amatshe adlala
  • 84. Isigaba Ibizo Indlela eyamile 7 Isihlahla sadlala 8 Izihlahla zadlala 9 Inkomo yadlala 10 Izinkomo zadlala 11 Uphondo lwadlala 12 ------------ --------- 13 ------------ --------- 14 Ubuso badlala 15 Ukufa kwadlala
  • 85. Ukulandula Indlela yokuqala: Isigaba Ibizo Indlela eyamile 1 Umfana akadlala 1a Ugogo akadlala 2 Abafana abadlala 2a Ogogo abadlala 3 Umdlwane awadlala 4 Imidlwane ayadlala 5 Ilitshe aladlala 6 Amatshe awadlala
  • 86. Isigaba Ibizo Indlela eyamile 7 Isihlahla asadlala 8 Izihlahla azadlala 9 Inkomo ayadlala 10 Izinkomo azadlala 11 Uphondo alwadlala 12 ------------ --------- 13 ------------ --------- 14 Ubuso abadlala 15 Ukufa akwadlala
  • 87. Indlela yesibili: Isigaba Ibizo Indlela eyamile 1 Umfana wangadlala 1a Ugogo wangadlala 2 Abafana bangadlala 2a Ogogo bangadlala 3 Umdlwane wangadlala 4 Imidlwane yangadlala 5 Ilitshe langadlala 6 Amatshe angadlala
  • 88. Izindlela okusetshenziswa ngazo indlela eyamile Ilandela izihlanganiso ezithile: Sicabanga ukuba siye eKapa ngonyaka ozayo. Bafuna ukuba bawalime wonke amasimu akubo. Qhelisa umntwana ukuze angashi. Sizogeza qede sidlale. Ungamthethisi hleze akhale. Likhuleke lelo hhashi funa libaleke.
  • 89. Isigaba Ibizo Indlela eyamile 7 Isihlahla sangadlala 8 Izihlahla zangadlala 9 Inkomo yangadlala 10 Izinkomo zangadlala 11 Uphondo lwangadlala 12 ------------ --------- 13 ------------ --------- 14 Ubuso bangadlala 15 Ukufa kwangadlala
  • 90. Siyayisebenzisa lapho sibuza imibuzo: Sihambe na? Abantwana balale yini manje? Sihlale phansi na? Bawumbe yini abafana umgodi? Sibushise yini utshani? Siyihlabe yini imbuzi?
  • 91. Lapho sikhuluma ngezinto esizenza njalo: Ekuseni ngivuka ngigeze, ngigqoke, ngidle, ngithathe izincwadi zami ngiye esikoleni. Kusihlwa ngithi ngingadla ngithathe izincwadi ngifunde. Emalokishini abantu baphila ngokuthenga: bathenga ukudla bathenge izinkuni, bathenge amalahle, bathenge okokwembatha, bathenge yonke into.
  • 92. Siyayisebenzisa nezingasenzo ezithile: Lo mntwana umane athule nje lapho ebizwa. Ubofike ubase umlilo weThoko. Laba bantwana basimze bahleke lapho bethethiswa. Liyavalelwa leli thole lidlule lifohle.