際際滷

際際滷Share a Scribd company logo
Zulu Poem
UTHINGOLWENKOSAZANA
(RAINBOW)
Okumayelana nenkondlo
 Le nkondlo imayelana nothando.
 Imbongi ifanisa uthando
nothingolwenkosazana.
 Kuningi okushiwo yimbongi okuveza ukuthi
ngempela uthando lwabo
lunjengothingolwenkosazana.
 Umuntu angazibuza ukuthi kungani?
Mhlawumbe ubuhle bemibala
yithingolwenkosazana.
Siyaqhubeka.
 Imbongi itshela isithandwa sakhe ukuthi
mabangahlukaniswa yilutho kodwa
bahlukaniswe ukufa.
 Lapha sithola imbongi ichaza ukuthi yebo
iyazi ukuthi kukhona okuzobehlela
izingqinamba zizoba khona kodwa
bangahlukani.
Siyaqhubeka.
 Imbongi siyithola yenza izithembiso kuso
isithandwa sakhe.
 Imbongi isho okuhle kodwa kulesi sithandwa
sakhe.
Ubunkondlo
 Ukuze sithi inkondlo yinkondlo kukhona
izingxenye okufanele zikufakazele lokho.
 Lezi zingxenye yisakhiwo sangaphandle
nesangaphakathi.
 Lapha sizobheka kuphela izingxenye
zesakhiwo sangaphakathi.
Izifenqo
 Okokuqala nje; isihloko
Uthingolwenkosazana uma nje umuntu
efunda engacabanga ukuthi inkondlo
imayelana nothingolwenkosazana.
 Imbongi isebenzisa isifaniso Kanye
nezingathekiso.
Izifenqo
 Uthando lufaniswa nemibala yothingo
Lwenkosazana.
Lapha sithola;
 Isifaniso
 Isingathekiso
 Uphawu

More Related Content

Poems written in Zulu (Izinkondlo)

  • 2. Okumayelana nenkondlo Le nkondlo imayelana nothando. Imbongi ifanisa uthando nothingolwenkosazana. Kuningi okushiwo yimbongi okuveza ukuthi ngempela uthando lwabo lunjengothingolwenkosazana. Umuntu angazibuza ukuthi kungani? Mhlawumbe ubuhle bemibala yithingolwenkosazana.
  • 3. Siyaqhubeka. Imbongi itshela isithandwa sakhe ukuthi mabangahlukaniswa yilutho kodwa bahlukaniswe ukufa. Lapha sithola imbongi ichaza ukuthi yebo iyazi ukuthi kukhona okuzobehlela izingqinamba zizoba khona kodwa bangahlukani.
  • 4. Siyaqhubeka. Imbongi siyithola yenza izithembiso kuso isithandwa sakhe. Imbongi isho okuhle kodwa kulesi sithandwa sakhe.
  • 5. Ubunkondlo Ukuze sithi inkondlo yinkondlo kukhona izingxenye okufanele zikufakazele lokho. Lezi zingxenye yisakhiwo sangaphandle nesangaphakathi. Lapha sizobheka kuphela izingxenye zesakhiwo sangaphakathi.
  • 6. Izifenqo Okokuqala nje; isihloko Uthingolwenkosazana uma nje umuntu efunda engacabanga ukuthi inkondlo imayelana nothingolwenkosazana. Imbongi isebenzisa isifaniso Kanye nezingathekiso.
  • 7. Izifenqo Uthando lufaniswa nemibala yothingo Lwenkosazana. Lapha sithola; Isifaniso Isingathekiso Uphawu