際際滷

際際滷Share a Scribd company logo
UBUNKONDLO
ISAKHIWO SANGAPHAKATHI
IMIPHUMELA YESIFUNDO:
 Okulindelekile ukuthi abafundi kufanele bakwazi ukuhlaziye imibhalo
ngezinga eliphezulu.
 Kufanele bakwazi ukusebenzisa eminye imicwaningo ebhalwe ngabanye
abacwaningi ngenhloso yokuqondisisa imibhalo efundwayo.
 Kufanele bakwazi ukuthi izifenqo zinamuthelela muni enkondlweni.
 Kufanele bakwazi ukuthola umoya wenkondlo, Ubeyefunda.
 Kufanele bakwazi ukuthola umqondo osobala noma umqondo ojulile
enkondlweni.
AKE SIPHENDULE NAYI IMIBUZO:
 1. Isakhiwo senkondlo sihlukene kangaki?
 2. Yini etholakala esakhiweni sangaphakathi lapho sihluza inkondlo sisuke
sibhekani?
OKUTHOLAKALA NGAPHANSI
KWESAKHIWO SANGAPHAKATHI:
 IFANEKISO YOMQONDO:
 isifaniso, isingathekiso, isenzasilwane kanye nesenzasamuntu.
NB: ukusetshenziswa kwezifenqo noma izifananekiso zemqondo ikona
okwenza ulimi lobunkondlo lujiye okanye lube olobunkondlo.
SICHAZA IZIFENQO:
 Isifaniso-yilapho kusuke kuqhathaniswa khona izinto ezimbili ezingafani
kusetshenziswa izakhi zokuqhathanisa (okwe, kuhle kwe,njenge) isib: ubaba
unolaka kuhle kwebhubesi.
 isingathekiso-naso siyafana nesifaniso kepha sona asisebenzisi izakhi
zokuqhathanisa . isib: ubaba uyibhubesi.
 isenzasamuntu- siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwe zikhulume, zizwe njlll. Isib: lapho
ukukhanya kwelanga kuxosha ubumnyama, lapho inyanga igcagce nezinkanyezi.
UKUCHAZWA KWEZIFENQO
KUYAQHUTSHWA :
 isenzasilwane  siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo
enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwa zikhulume zizwe njll.
Isib: sifana nempova yakho mbalenhle,
Obhul izimpiko zakho yagcwal umhlaba.
SICHAZA UMOYA WENKONDLO:
 Umoya wenkondlo-imbongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni.
Umoya otholakala enkondlweni, kungaba umoya wothando, umoya
wosizi,umoya wokukhathazeka, umoya wokudikibala.
UMQONDO OCASHILE/OJULILE
 Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo
othe ukujulangaleyo nkondlo.
 Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
SICHAZA UMQONDO WENKONDLO:
 Umqondo osobala-kuyenzeka inkondlo ibe nomqondo owodwa ize
iyophela.
 Ngamanye amagama uma imbongi ikhuluma ngokuphuma kwelanga,
kawukho omunye umqondo ongabuye uphume nawo lapho.
SIYABONGA!!!!!!
INKOSI KAYIQEDWA

More Related Content

Sicikoza ngosiba

  • 2. IMIPHUMELA YESIFUNDO: Okulindelekile ukuthi abafundi kufanele bakwazi ukuhlaziye imibhalo ngezinga eliphezulu. Kufanele bakwazi ukusebenzisa eminye imicwaningo ebhalwe ngabanye abacwaningi ngenhloso yokuqondisisa imibhalo efundwayo. Kufanele bakwazi ukuthi izifenqo zinamuthelela muni enkondlweni. Kufanele bakwazi ukuthola umoya wenkondlo, Ubeyefunda. Kufanele bakwazi ukuthola umqondo osobala noma umqondo ojulile enkondlweni.
  • 3. AKE SIPHENDULE NAYI IMIBUZO: 1. Isakhiwo senkondlo sihlukene kangaki? 2. Yini etholakala esakhiweni sangaphakathi lapho sihluza inkondlo sisuke sibhekani?
  • 4. OKUTHOLAKALA NGAPHANSI KWESAKHIWO SANGAPHAKATHI: IFANEKISO YOMQONDO: isifaniso, isingathekiso, isenzasilwane kanye nesenzasamuntu. NB: ukusetshenziswa kwezifenqo noma izifananekiso zemqondo ikona okwenza ulimi lobunkondlo lujiye okanye lube olobunkondlo.
  • 5. SICHAZA IZIFENQO: Isifaniso-yilapho kusuke kuqhathaniswa khona izinto ezimbili ezingafani kusetshenziswa izakhi zokuqhathanisa (okwe, kuhle kwe,njenge) isib: ubaba unolaka kuhle kwebhubesi. isingathekiso-naso siyafana nesifaniso kepha sona asisebenzisi izakhi zokuqhathanisa . isib: ubaba uyibhubesi. isenzasamuntu- siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwe zikhulume, zizwe njlll. Isib: lapho ukukhanya kwelanga kuxosha ubumnyama, lapho inyanga igcagce nezinkanyezi.
  • 6. UKUCHAZWA KWEZIFENQO KUYAQHUTSHWA : isenzasilwane siwuhlobo lwesingathekiso lapho amandla ezinto eziphilayo enikezwa lezo zinto ezingaphili, zenziwa zikhulume zizwe njll. Isib: sifana nempova yakho mbalenhle, Obhul izimpiko zakho yagcwal umhlaba.
  • 7. SICHAZA UMOYA WENKONDLO: Umoya wenkondlo-imbongi ibhala inkondlo ngoba ithintekile emoyeni. Umoya otholakala enkondlweni, kungaba umoya wothando, umoya wosizi,umoya wokukhathazeka, umoya wokudikibala.
  • 8. UMQONDO OCASHILE/OJULILE Ukujula kwendlondlo-ukujula kwenkondlo kuchaza omunye umqondo othe ukujulangaleyo nkondlo. Ngamanye amazwi sibheka umqondo wesibili otholakala enkondlweni.
  • 9. SICHAZA UMQONDO WENKONDLO: Umqondo osobala-kuyenzeka inkondlo ibe nomqondo owodwa ize iyophela. Ngamanye amagama uma imbongi ikhuluma ngokuphuma kwelanga, kawukho omunye umqondo ongabuye uphume nawo lapho.