際際滷

際際滷Share a Scribd company logo
Imibhalo yesiZulu:
Umlando
Izigaba ezingabalulwa ekuzalweni
kwemibhalo yesiZulu
Presented by: Nhlanhla Maseko
1
Zinhlanu izigaba esingazibalula
 Kusadliwa ngoludala (ngaphambi kowe-1835)
 Isikhathi samamishini (1835-1910)
 Isikhathi sezingqalabutho (1910-1948)
 Isikhathi sobandlululo (1948-1994)
 Isikhathi senkululeko (1994-kuze kube manje)
2
Izigaba zomlando
(Ziyaqhutshwa)
 Kusadliwa ngoludala  ubuciko bomlomo, umlando wedluliswa
ngomlomo, amasiko angenalucofi
 Isikhathi samamishini  ukushicilelwa kwezingxenye
zeBhayibheli, ukushicilelwa kohlelo lwesiZulu
 Isikhathi sezingqalabutho  ukuvela kwababhali abamnyama,
ukwenyuka kwesibalo sabafundile, umthelela wobuciko bomlomo
emibhalweni
 Isikhathi sobandlululo  kuvela iningi lababhali, ukuhlungwa
kwezincwadi, ukucindezeleka kwababhali
 Isikhathi senkululeko  kusekuncane esingakusho. Singabuza:
ngabe ababhali sebekhululekile? Yiziphi izindikimba ababhala
ngazo?
3
Izinhlobo zemibhalo ezigqamile
 Imibhalo yesimilo: izib. Ikhiwane Elihle, Mntanami!
Mntanami! (ngokwekhulu: 41%)
 Eyamasiko: izib. Akuyiwe Emhlahlweni, Ngiwafunge
AmaBomvu (32%).
 Eyomlando: izib. UCetshwayo, UShaka KaSenzangakhona,
Insila KaShaka (7%)
 Eyemindeni nokuhlalisana kwabantu: izib. Insizi Yezinsizi.
(15%)
 Exubile: eyophenyo, ipolitiki, njll. (5%)
4
Imisebenzi/Ukubaluleka
kwemibhalo
 Yethula imilando ethile
 Iqukethe amasiko nendlela yempilo (Nakuba kuyinto esuselwe
ekhanda isikhathi esiningi kodwa inesisekelo sokwenzekayo
ezimpilweni zethu)
 Imibhalo imayelana nobuthina/ubuwena/ubumina (identity);
iyasichazela ngezindlela ezahlukene ukuthi thina singobani
 Imibhalo inothisa ulimi ebhalwe ngalo. (Omunye wababhali
abahlonishwayo uSolwazi u-Eskia Mphahlele uthi: Literature
revitalises the language in which it is written.
5
Imisebenzi yemibhalo
(iyaqhutshwa)
 Imibhalo ingaqagula ikusasa; singathola ukuthi ikusasa
lisiphatheleni ngokufunda imibhalo, ababhali bayazama
ngesinye isikhathi ukuqagula okuzokwenzeka eminyakeni
eminingi ezayo.
 Imibhalo ihlanganisa izigigaba ezehlukene zenze umqondo
ophelele  isinika umqondo ophelele wempilo
 Idlulisa imiyalezo ngendlela enesigqi; imibhalo ingasifundisa
ngandlela thize. (C. Achebe: Novelist as teacher encwadini:
Hopes and Impediments)
 Imibhalo iyathokozisa; singayisebenzisela ukuchitha isizungu.
(Entertainment value)
6

More Related Content

Umlando wemibhalo yesi zulu(1)

  • 1. Imibhalo yesiZulu: Umlando Izigaba ezingabalulwa ekuzalweni kwemibhalo yesiZulu Presented by: Nhlanhla Maseko 1
  • 2. Zinhlanu izigaba esingazibalula Kusadliwa ngoludala (ngaphambi kowe-1835) Isikhathi samamishini (1835-1910) Isikhathi sezingqalabutho (1910-1948) Isikhathi sobandlululo (1948-1994) Isikhathi senkululeko (1994-kuze kube manje) 2
  • 3. Izigaba zomlando (Ziyaqhutshwa) Kusadliwa ngoludala ubuciko bomlomo, umlando wedluliswa ngomlomo, amasiko angenalucofi Isikhathi samamishini ukushicilelwa kwezingxenye zeBhayibheli, ukushicilelwa kohlelo lwesiZulu Isikhathi sezingqalabutho ukuvela kwababhali abamnyama, ukwenyuka kwesibalo sabafundile, umthelela wobuciko bomlomo emibhalweni Isikhathi sobandlululo kuvela iningi lababhali, ukuhlungwa kwezincwadi, ukucindezeleka kwababhali Isikhathi senkululeko kusekuncane esingakusho. Singabuza: ngabe ababhali sebekhululekile? Yiziphi izindikimba ababhala ngazo? 3
  • 4. Izinhlobo zemibhalo ezigqamile Imibhalo yesimilo: izib. Ikhiwane Elihle, Mntanami! Mntanami! (ngokwekhulu: 41%) Eyamasiko: izib. Akuyiwe Emhlahlweni, Ngiwafunge AmaBomvu (32%). Eyomlando: izib. UCetshwayo, UShaka KaSenzangakhona, Insila KaShaka (7%) Eyemindeni nokuhlalisana kwabantu: izib. Insizi Yezinsizi. (15%) Exubile: eyophenyo, ipolitiki, njll. (5%) 4
  • 5. Imisebenzi/Ukubaluleka kwemibhalo Yethula imilando ethile Iqukethe amasiko nendlela yempilo (Nakuba kuyinto esuselwe ekhanda isikhathi esiningi kodwa inesisekelo sokwenzekayo ezimpilweni zethu) Imibhalo imayelana nobuthina/ubuwena/ubumina (identity); iyasichazela ngezindlela ezahlukene ukuthi thina singobani Imibhalo inothisa ulimi ebhalwe ngalo. (Omunye wababhali abahlonishwayo uSolwazi u-Eskia Mphahlele uthi: Literature revitalises the language in which it is written. 5
  • 6. Imisebenzi yemibhalo (iyaqhutshwa) Imibhalo ingaqagula ikusasa; singathola ukuthi ikusasa lisiphatheleni ngokufunda imibhalo, ababhali bayazama ngesinye isikhathi ukuqagula okuzokwenzeka eminyakeni eminingi ezayo. Imibhalo ihlanganisa izigigaba ezehlukene zenze umqondo ophelele isinika umqondo ophelele wempilo Idlulisa imiyalezo ngendlela enesigqi; imibhalo ingasifundisa ngandlela thize. (C. Achebe: Novelist as teacher encwadini: Hopes and Impediments) Imibhalo iyathokozisa; singayisebenzisela ukuchitha isizungu. (Entertainment value) 6